Lyrics
Mabala onke Nkosi yam
Awungcolisa umoya wami
Ngihlanze kuwo namhlanje
Ungenze ngikufuze ke
Ngihlanze emoyeni wam
Mangibethelw’uqobo lwam
Senginikele konk’okwam
Kuwe kuwe kuwe
Kuwe baba
Ngibek’ ithemba lam
Kuwe baba ngibek’ ithemba lami
Kuwe baba ngibek’ ithemba lami
Kuwe baba ngibek’ ithemba lami
Kuwe baba ngibek’ ithemba lami
Kuwe baba mina ngibek’ ithemba lami
Kuwe baba ngibek’ ithemba lami
Kuwe baba ngibek’ ithemba lami
Kuwe baba ngibek’ ithemba lami
Thula wazi
Ngingu Thixo
Ngeke ngikushiye (thula wazi) ngeke ngikushiye
Ngohlala nginawe
(Ngingu Thixo) themba mina
Thula wazi ngingu Thixo
Mhlangi dinwa ngikhathele ungigcine Nkosi
Mhla-kuphela lomahlaba bawo u-ungugcine
Mhlangi dinwa ngikhathele ungigcine Nkosi
Mhla-kuphela okomhlaba bake u-ungugcine
Oh ngigcina boo (oh ngigcina ngci!)
Oh ngigcina gci!
Yena ububele bakhe
Oh ngigcina ngci
Oh ngina Jehova (oh ngigcina ngci)
Oh ngigcina ngci (oh ngigcina ngci)
Yeka ububele bakhe (yeka ububele bakhe)
Oh ngigcina ngci (oh ngigcina ngci)
Oh ngigcina ngci (oh ngigcina ngci)
Oh ngigcina ngci (oh ngigcina ngci)
Yeka ububele bakhe (yeka ububele bakhe)
Oh ngigcina ngci (oh ngigcina ngci)
Oh ngigcina Jehova (oh ngigcina ngci)
Oh ngigcina Simakade
Haleluja yeka ububele bakhe hho ngigcina ngci
Yeka ububele bakhe hho ngigcina ngci
Ububele obungaka (yeka ububele bakhe)